速報APP / 圖書與參考資源 / Audio IBhayibheli elingcwele lesizulu of

Audio IBhayibheli elingcwele lesizulu of

價格:免費

更新日期:2019-07-12

檔案大小:6.2M

目前版本:3.1.1029

版本需求:Android 4.2 以上版本

官方網站:mailto:loving.diver@gmail.com

Email:https://sites.google.com/view/lovdiv

聯絡地址:Mexico, 220027 Palo Alves, 412 Mexico

Audio IBhayibheli elingcwele lesizulu offline mp3(圖1)-速報App

IBhayibheli — Yinhlanganisela yemibhalo yamaHeberu namaKristu equkethe izambulo zikaNkulunkulu. Igama elithi ibhayibheli lisho ukuthi “izincwadi.” IBhayibheli ngumsebenzi wabaphrofethi abaningi futhi nababhali ababeshisekelisiwe ababenza izinto ngamandla oMoya oNgcwele.

IBhayibheli lamaKristu linezigaba ezimbili, ngokuvamile ezibizwa ngokuthi yiTestamente eliDala neTestamente eliSha. ITestamente eliDala linezincwadi zemibhalo engcwele ezazisetshenziswa phakathi kwamaJuda aseFilistiya ngesikhathi sobufundisi beNkosi basemhlabeni. ITestamente eliSha linemibhalo yesikhathi sabaPhostoli futhi lithathwa ngokuthi linobungcwele namandla afanayo njengemibhalo engcwele yamaJuda. Izincwadi zeTestamente eliDala zithathelwe emtapweni wezincwadi wesizwe wamakhulu amaningi eminyaka futhi cishe wonke wabhalwa ngesiHeberu, kanti izincwadi zeTestamente eliSha ziwumsebenzi wesizukulwane esisodwa futhi zabhalwa ikakhulukazi ngesiGriki.

Audio IBhayibheli elingcwele lesizulu offline mp3(圖2)-速報App

Khetha incwadi ukulalela noma thwebula:

iTestamente eliDala

Audio IBhayibheli elingcwele lesizulu offline mp3(圖3)-速報App

iTestamente eliSha

EBhayibhelini lesiHeberu (iTestamente eliDala) izincwadi zazihlukaniswe kathathu: nguMthetho, ngabaPhrofethi, nemiBhalo. IBhayibheli elisetshenziswa ngamaKristu lihlukanisa izincwadi ngokwendikimba, njengezomlando, ezezinkondlo, nezeziphrofetho.